Phakade Lami by Nomfundo Moh (Ft. Ami Faku & Sha Sha)
Phakade Lami by Nomfundo Moh (Ft. Ami Faku & Sha Sha)

Phakade Lami

Nomfundo Moh & Ami Faku & Sha Sha * Track #7 On Amagama

Phakade Lami Lyrics

[Intro]
Yeah you know it

[Verse 1: Ami Faku]
Oh yini my love? Ndiyakukhumbula
Oh hay', uyandihlanyisa
Solokh'ndicinga ngawe
Uthe uzobuya nini?
Ndonwaba xa ukhona
Ndonwaba xa ukhona
Mina ngiyazifela ngawe
(Buya, buya) Ngicel'ubuye
Seng'iyazifela buya

[Chorus: Nomfundo Moh]
Phakade lami, ngab'uphilile na wena?
Kunini ngik'khumbule
Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le
Waze wakude, weh
Zobuya nini ngik'bone?

[Verse 2: Nomfundo Moh]
Ukube nginamandla beng'zodiliz' intaba
Zingisithela, zingisithela wena
Buya, buya
Sek'yazwela buya
Njalo mayeshona malanga ng'nethemb' uzobuya
Ngathi ngyazkhohlisa nazi phel'iy'nsuku z'yedlula
Sthandwa sami, ng'yak'khumbula
Buya phela, kunini ngikulindile

[Chorus: Nomfundo Moh]
Phakade lami, ngab'uphilile na wena?
Kunini ngik'khumbule
Wеnz'ingqondo yam' izulele le, yеah le
Waze wakude, weh
Zobuya nini ngik'bone?

[Verse 3: Sha Sha]
Kutheni kulamalanga, umuntu edlal'imizwa?
It’s like I'm in a paradise, ukuba nawe wedali weh
Kuvele kuthi mangizule, ngs'hay' imoto ngiyokulanda
Dali wam', Soka lam', ng'funa ungibambe
Mazuva areba ndichakuona rini?
Ub'suku bonke zange ngilale
Ub'suku zange ng'lale sthandwa sami
Ngilangazelela wena, ngabe wen'uzobuya?
Ngilangazelel' ukukbona wena

[Chorus: Nomfundo Moh]
Phakade lami, ngab'uphilile na wena?
Kunini ngik'khumbule
Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le
Waze wakude, weh
Zobuya nini ngik'bone?
Phakade lami, ngab'uphilile na wena?
Kunini ngik'khumbule
Wenz'ingqondo yam' izulele le, yeah le
Waze wakude, weh
Zobuya nini ngik'bone?

Phakade Lami Q&A

Who wrote Phakade Lami's ?

Phakade Lami was written by Ami Faku & Nomfundo Moh & Sha Sha.

Who produced Phakade Lami's ?

Phakade Lami was produced by NaXion Cross & Sha Sha & Celimpilo Manyathi.

When did Nomfundo Moh release Phakade Lami?

Nomfundo Moh released Phakade Lami on Fri Oct 08 2021.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com