Umona by Nomfundo Moh
Umona by Nomfundo Moh

Umona

Nomfundo Moh * Track #3 On Amagama

Umona Lyrics

[Intro]
Yeah you know it

[Verse 1]
Ubabona sebelunguza ngama fastela
Babuk’ ukuthi ngabe kwenzakalani la
Maye, bathuswa ukuthi uyaphumelela
Nhliziyo zigaya iy'bozi, umona yifa lezinja
Iyeh, iyeh, iyelelema!
Iyeh, iyeh, mafind’ aqaqwa
Iyeh, iyeh, izinto zakhanya
Nhliziyo zigaya iy'bozi, umona yifa lezinja

[Chorus]
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen’ izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?)

[Post-Chorus]
Vele yin' edala ube nomona ngami? (Yini umona?)
Yini umona? Yini umona? (Yini umona?)
Awufun' ukungibona ngiphumelela wena (Yini umona?)
Yeah eh eh, yeah eh eh eh (Yini umona?)

[Verse 2]
Aibo nang’ ekhuluphala
Mpilwen' yakhe kwenzek’ iy'manga
No no! Kanjani?
No no! Akcish’ is'bani
Le nhlansi, angiy'funi
Kush’ umona ngaphakathi
Bеse ngim’ is'bindi ngithi
“Bayothi befungile mina ngiphunyukе”
“Bayothi bevalile kuvele kuvuleke”
“Bayothi bebophile kuvele kuqaqeke”

[Chorus]
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen’ izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Vele yin' edala ube nomona ngami? (Yini umona?)
Yini umona? Yini umona? (Yini umona?)
Awufun' ukungibona ngiphumelela wena (Yini umona?)
Yeah eh eh, yeah eh eh eh (Yini umona?)
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Yin' umona? Yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen’ izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Anishayen' izandla, yin' umona? (Yini umona?)
Vele yin' edala ube nomona ngami? (Yini umona?)
Yini umona? Yini umona? (Yini umona?)
Awufun' ukungibona ngiphumelela wena (Yini umona?)
Yeah eh eh, yeah eh eh eh (Yini umona?)

Umona Q&A

Who wrote Umona's ?

Umona was written by Nomfundo Moh.

Who produced Umona's ?

Umona was produced by NaXion Cross.

When did Nomfundo Moh release Umona?

Nomfundo Moh released Umona on Fri Jan 28 2022.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com