Ndaba Zabantu by Nomfundo Moh
Ndaba Zabantu by Nomfundo Moh

Ndaba Zabantu

Nomfundo Moh * Track #8 On Ugcobo

Ndaba Zabantu Lyrics

[Intro]
Tadidada, de-da, dedade
Tadidada, de-da, dedade
(WeNdabazabantu)

[Chorus]
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)

[Verse 1]
See all that I have, it's all that I prayed for
It's everything that I worked for, okwam' okwami
Nalokh' engiyikho, ngiyikho ngiyikho
You can take me out of iNdwedwe but you can’t take iNdwedwe out of me (43-42)
Vel' abantu, abantu (Hay' abantu ma)
Bohlеzi bekhuluma, ah (Hay' ay' abantu ma)
Ziyabehlul' ezabo
Abazithi vuh nangеphutha
Vele bath' indlu yegag' iyanetha

[Chorus]
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso

[Verse 2]
Sesiphila impil’ enabahlaziyi
Ondabeni abazenzisi
Lendaba kay'hlekisi
Mawenzokuhle (Inkukh’ inqunyw’ umlomo)
Keph’ amabala? (Amabala bawabona qho)
Lendaba kay'hlekisi
Ndaba kay'hlekisi icob' amathambo
Insambatheka yiyona ke le (Yiyo le)
Wang'cola mhlaba sikuwe
Usfumbu ubon’ uqhaqhazela

[Chorus]
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso
(WeNdabazabantu)
Thul’ okungcono, thula
Thul’ okungcono
Ngob’ awusaz' isimo engibhekene naso

Ndaba Zabantu Q&A

Who wrote Ndaba Zabantu's ?

Ndaba Zabantu was written by Nomfundo Moh & NaXion Cross.

Who produced Ndaba Zabantu's ?

Ndaba Zabantu was produced by NaXion Cross.

When did Nomfundo Moh release Ndaba Zabantu?

Nomfundo Moh released Ndaba Zabantu on Fri May 26 2023.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com