Muntu Wasemzini by Nomfundo Moh
Muntu Wasemzini by Nomfundo Moh

Muntu Wasemzini

Nomfundo Moh * Track #9 On Ugcobo

Muntu Wasemzini Lyrics

[Intro]
(Yeah, you know it)

[Chorus]
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)

[Post-Chorus]
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)

[Verse 1]
Bafikil' abakhongi
Kuhlangenwe ngam' aw'boni? (Aw'boni)
Bezocel' isihlob' esihle kithi koMavela
Bengivele ngamafastela
Ngilokhu ng'shona le ngitatazela
Wang'shela kwaba njalo
Ubhuti indaba yakhe way'mela (Way'mela mela)
Ngibonani ngamehlo ami, ngibonani?
Ng'yaphuphani na? Ng'yaphuphani? (Ngabe ng'yaphupha?)
Kukhona nam' obon’ unkosikazi kimi
Unesifiso sokuth' ng'yovus' umuzi wakini
Ng'ze ngazizwa ngimkhulu
Ngazizwa ngiwmuntu
Ng'yabonga kakhulu

[Chorus]
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)

[Post-Chorus]
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)

[Verse 2]
Injabulo is sky high
Ubhut' uy'khiphe zonke
Nam' angaz' kodw' umshado ngath' usondele
Ng'yambon' ubaba, ng'yambon' umama
Bona bajabule
Ng'yambon' ubaba
Eseng'bambe kwakungiqinisa ngengalo
Ng'yambon' umama esengiyalisisa ngalolu hambo
Uzuy'phathe kahle mtanami
Uhloniph' emzini mtanami
Umendo ke kaw'thunyelwa gundane
Noma kunzima ngicel' uy'bambe ziqine
Uzuy'phathe kahle mtanami
Uhloniph' emzini mtanami
Umendo ke kaw'thunyelwa gundane
Maw' kunzima ngicel’ uy'bambe ziqine eh

[Chorus]
Wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)
Aw' wemuntu wasemzini
(Ngiyabong' ukwenzil' uk'thembeka kimi)
Mina ngizwa nithi
(Nizomlanda umakoti wenu)

[Post-Chorus]
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Woza, woza, woza, woza bo)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Yeah, yee (Sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)

Muntu Wasemzini Q&A

Who wrote Muntu Wasemzini's ?

Muntu Wasemzini was written by Nomfundo Moh & Celimpilo Manyathi & NaXion Cross.

Who produced Muntu Wasemzini's ?

Muntu Wasemzini was produced by Celimpilo Manyathi & NaXion Cross.

When did Nomfundo Moh release Muntu Wasemzini?

Nomfundo Moh released Muntu Wasemzini on Fri May 26 2023.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com