Download "Xola"

Xola by Nomfundo Moh

Release Date
Fri Aug 02 2024
Performed by
Nomfundo Moh
Produced by
NaXion Cross & Tulia Gavana
Writed by
Nomfundo Moh & Celimpilo Manyathi

Xola Lyrics

[Chorus]
Xola sitha sami
Xola mngani wami
Ungibona ang'nacala
La emhlabeni ng'zozama
Nam' ngenziwa yindlala
Xola sitha sami (Xola, xola)
Xola mngani wami (Xola, xola)
Ungibona ang'nacala
La emhlabeni ng'zozama
Nam' ngenziwa yindlala

[Verse 1]
Ndlela zam' zimnyama, zimhlophe
Washon umam elila ethi
"Hey, hey uzoba yin' umntanami?"
Ngisabathe ng'yozama ng'yohlola
Sitshekedul’ isangoma
Sithi "Hey, hey, umkhulu wakho akagezwanga"
Oy oyi, oy oyi
Oy oyi, oy oyi
Izono zabazali zowela kubantwana
Nezabantwana ziyowela kwabanye
Oy oyi, oy oyi oyi
Oy oyi, oy oyi oyi
Nginje, nginje, nginje, imphumela yabaphile ngaphambi kwami

[Chorus]
Xola sitha sami (Xola, xola)
Xola mngani wami (Xola, xola)
Ungibona ang'nacala
La emhlabeni ng'zozama
Nam' ngenziwa yindlala
Xola sitha sami (Xola, xola)
Xola mngani wami (Xola, xola)
Ungibona ang'nacala
La emhlabeni ng'zozama
Nam' ngenziwa yindlala

[Verse 2]
I don’t know
Maybe God will open more doors
Ngaze ngalingwa, ngalingwa
Shwele ngiyalingwa
Abantu kudala bangibukela phansi
Okwento engena nani
Ngiyophakanyiswa one day
Ukhon' umvuzo wababekezelayo
Ukhon' umqhele wamaqhaw' anqobayo
Ukhon' umvuzo wababekezelayo
Ukhon' umqhele wamaqhaw' anqobile

[Chorus]
Xola sitha sami (Xola, xola)
Xola mngani wami (Xola, xola)
Ungibona ang'nacala
La emhlabeni ng'zozama
Nam' ngenziwa yindlala
Xola sitha sami (Xola, xola)
Xola mngani wami (Xola, xola)
Ungibona ang'nacala
La emhlabeni ng'zozama
Nam' ngenziwa yindlala

Xola Q&A

Who wrote Xola's ?

Xola was written by Nomfundo Moh & Celimpilo Manyathi.

Who produced Xola's ?

Xola was produced by NaXion Cross & Tulia Gavana.

When did Nomfundo Moh release Xola?

Nomfundo Moh released Xola on Fri Aug 02 2024.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com