[Intro]
Hhay iyayayaya
Vula amasango vula
Hhay iyayayaya
Le nhliziyo ngeyakho
Oh baby oh baby
[Verse 1]
Kuning’ okwenza kimi
Ungenza ngizizwe ngiphilile
Manginawe ngisuke ngiphelele
Amehlo ami abona wena wedwa
Honey ooh, honey ooh
Kubo bonke mina ngifuna wena
Honey ooh, honey ooh
Kubo bonke kodwa…
[Chorus]
Yabona le nhliziyo
Nguw’ opheth’ istshixo sayo
Yabona le nhliziyo
Nguw’ opheth’ istshixo sayo
Yabona vula amasango
Uhlale kuyo, hlale kuyo, uhlale kuyo
Yabona vula amasango
[Verse 2]
I wouldn’t trade you for anything
I mean, anything in this world
Uyikho konke kimi
Uleth’ injabulo kimi
Honey ooh, honey ooh
Kubo bonke mina ngifuna wena
Honey ooh, honey ooh
Kubo bonke kodwa…
[Chorus]
Yabona le nhliziyo
Nguw’ opheth’ istshixo sayo
Yabona le nhliziyo
Nguw’ ophеth’ istshixo sayo
Yabona vula amasango
Uhlale kuyo, hlale kuyo, uhlale kuyo
Yabona vula amasango
Vula Amasango was written by Nomfundo Moh.
Vula Amasango was produced by .
De-mogul-sa released Vula Amasango on Fri Feb 12 2021.