[Verse 1: Babalwa M]
Ungasabi konke lokhu kuzodlula
Iskhathi sakho vuka konke kuzolunga
Uzokwazi ukubona nomehluko
Okwamanje ake ubheke nenjabulo
Ungasabi konke lokhu kuzodlula
Iskhathi sakho vuka konke kuzolunga
Uzokwazi ukubona nomehluko
Okwamanje ake ubheke nenjabulo
[Chorus: Nvcho, Thatohatsi]
Ngithata le thuba mina ngiyabonga
Ngibonga impilo
Angicel' ok'ningi
Ngithata le thuba mina ngiyabonga
Ngibonga impilo
Ngibusisekile
'uSomandla Yen' uyangithwala
(uSomandla uyangithwala)
'uSomandla Yen' uhamba nam'
(uSomandla uhamba nam')
'uSomandla Yen' uyangithwala
(Somandla uyangithwala)
'uSomandla Yen' uhamba nami
[Verse 2: Thatohatsi]
Owam' uSomandla angalithwal' uyandikuka
Phakamize phamb'kwezitha anginyuse nami ngath' azange
Heh azophela amacala wethu ngiyak'tshela
Phinde athi “mtanami ngijabulile”, iyeh
[Pre-Chorus: Thatohatsi]
Oh haya (Oh haya)
Oh haya (Haya, haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Yey yeni
[Chorus: Nvcho, Thatohatsi]
Ngithata le thuba mina ngiyabonga
Ngibonga impilo
Angicel' ok'ningi
Ngithata le thuba mina ngiyabonga
Ngibonga impilo
Ngibusisekile
'uSomandla Yen' uyangithwala
(uSomandla uyangithwala)
'uSomandla Yen' uhamba nam'
(uSomandla uhamba nam')
'uSomandla Yen' uyangithwala
(Somandla uyangithwala)
'uSomandla Yen' uhamba nam'
[Post-Chorus: Thatohatsi]
Oh haya (Oh haya)
Oh haya (Haya, haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Yey yeni
[Bridge: Sia Mzizi]
Kuze zonke izivunguvungu
Ngazo zonke izivivinyo
Ungithwelele
Sonke isikhathi
Ngenhlizi' iyabongayo
Iculele wena
Weh thando lwakho
Oh Baba
Oh Baba
Mina ngiyabonga
[Chorus: Nvcho, Thatohatsi]
Ngithata le thuba mina ngiyabonga
Ngibonga impilo
Angicel' ok'ningi
Ngithata le thuba mina ngiyabonga
Ngibonga impilo
Ngibusisekile
'uSomandla Yen' uyangithwala
(uSomandla uyangithwala)
'uSomandla Yen' uhamba nam'
(uSomandla uhamba nam')
'uSomandla Yen' uyangithwala
(Somandla uyangithwala)
'uSomandla Yen' uhamba nam'
[Outro: Thatohatsi]
Oh haya (Oh haya)
Oh haya (Haya, haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Oh haya (Eh haya)
Yey yeni
Uyangithwala was written by Thatohatsi & Nvcho (SA) & Babalwa M & Sia Mzizi & Stixx.
Uyangithwala was produced by Stixx & Nvcho (SA).
Stixx released Uyangithwala on Fri Oct 10 2025.