Oh yini na inhliziy' ib'hlungu na (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel' umuntu ye)
Ngakhala madoda
Ngakhala kwanhlanga zimuka nomoya nje ey (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)
Wo yini na
Wo yini na
Inhliziy' ib'hlungu nje (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel' umuntu ye)
Ngakhala
Ngakhala nje (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)
Ngisuk' enzansi kwaMaphumulo kuthiw' umuntu mina k'mele ngimphathe kahle
Ngafika la eThekwini ngabona ukuthi mina kungcono mangithemb' itshe
Angisak'phathi okweGoli
K'phathi okweGoli
Elangiphathis' okwama-um
Ngisaba nokusho
Ey ikhono likhona
Ikhono likhona
Umona muningi nje ey
Wololo, wololo hum
Wololo, wololo hum
Wololo
Wololo, wololo hum
Wololo, wololo hum
Wololo
Oh yini na inhliziy' ib'hlungu nje (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel' umuntu ye)
Ngakhala madoda
Ngakhala kwanhlanga zimuka nomoya nje ey (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)
Wo yini na
Wo yini na
Inhliziy' ib'hlungu nje (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel' umuntu ye)
Ngakhala
Ngakhala nje
Ngakhala
Ngakhala nje (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)
Kikilikigi
Khala qhude lami
Ngibon' ingomso
Hey
Abakhombis' uthando kimi
Nalo lungola manga
Abang'nik' inhlonipho
Nabo ngan' bafun' okwami
Hey
Ikhono likhona
Ikhono likhona
Umona muningi nje ey
Wololo, wololo hum
Wololo, wololo hum
Wololo
Wololo, wololo hum
Wololo, wololo hum
Wololo
Oh yini na inhliziy' ib'hlungu nje
Ngakhala madoda
Ngakhala kwanhlanga zimuka nomoya nje ey (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)
Wo yini na
Wo yini na
Inhliziy' ib'hlungu nje (kuncane ongakwenza kulo mhlaba nje uthi ukwenzel' umuntu ye)
Ngakhala
Ngakhala nje
Ngakhala
Ngakhala nje (umuntu ngeke wamethemba, umuntu ngeke wamethemba)
Umuntu was written by Mnqobi Yazo & MBzet.
Umuntu was produced by MBzet.