[Verse 1: Mashudu]
Aw' shlobo zami
Kanini ngikhale indaba yokuwa nok'vula weh nhliziyo yam'
Liyoze ing'fanela ku'dala
Liyoze uk'bona thando ok'funa
Aw' shlobo zami
Kanini ngikhale indaba yokuwa nok'vula weh nhliziyo yam'
Liyoze ning'fanela ku'dala
Liyoze uk'bona thando ok'funa
Fun' uk'buyela, yela
Yela othandweni lwami
(Lwase mandulo)
(Lwase mandulo)
Fun' uk'buyela, yela
Yela ebuncaneni lwami
(Bengim'sula)
(Bengim'sula)
[Verse 2: Mashudu]
Lapho bes'dlala umama no baba
Maw'umthanda uthumela incwadi
Bewusaba nokumqabula
Haibo nokumqabula
Lapho bes'dlala umama no baba
Maw'umthanda uthumela incwadi
Bewusaba nokumqabula
Haibo nokumqabula
[Verse 3: ilovelethu]
Weh sana lami
Lalela nay' indaba
Seng' ngingaqoma kodwa mina angineliseki
Ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
Ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
Mangithi ngabuya kuwe dali
Ngab'uzongifuna nami dali
Mangithi ngabuya kuwe dali
Ngab'uzongifuna nami dali
[Bridge: ilovelethu]
Ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
Ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
Ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
Ukuthanda umuntu kwaqala ngawe
Mangithi ngabuya kuwe dali
Ngab'uzongifuna nami dali
Mangithi ngabuya kuwe dali
Ngab'uzongifuna nami dali
[Refrain: Mashudu]
Fun' uk'buyela, yela
Yela othandweni lwami
(Lwase mandulo)
(Lwase mandulo)
Fun' uk'buyela, yela
Yela ebuncaneni lwami
(Bengim'sula)
(Bengim'sula)
[Outro: ilovelethu]
Mangithi ngabuya kuwe dali
Ngab'uzongifuna nami dali
Mangithi ngabuya kuwe dali
Ngab'uzongifuna nami dali
Shlobo Sam was written by Mashudu & Ilovelethu.
Shlobo Sam was produced by Tycoon.
Mashudu released Shlobo Sam on Fri Nov 15 2024.