Senzangakhona by Mfana Kah Gogo (Ft. DJ Priddy)
Senzangakhona by Mfana Kah Gogo (Ft. DJ Priddy)

Senzangakhona

Mfana Kah Gogo & DJ Priddy * Track #7 On Inzalo Ka Sikabopha

Senzangakhona Lyrics

Ai nyanyanyanya
Ai nyanyanyanya zami
Ai nyanyanyanya zami
Iy'nyanyanyanya zami

Ubaba wami benami
Ngihamba ney'nyanya zami
Ngeke bangthinte ngeke bangmele
Ngeke bangvimbe ngeke bangtshele
Ubaba wami benami
Ngihamba ney'nyanya zami
Ngeke bangthinte ngeke bangmele
Ngeke bangvimbe ngeke bangtshele
Dedel'inamb'uvulesekele
Bathi yebo bathi yebo
Bathi yebo yebo

Yebo mkhulu
Nghamba neynyanya zami
Yebo
Yebo mkhulu
Nghamba neynyanya zami

Kuzovuk'abadal'obabuSenzangakhona
Sdwadlile singene ngakhona
Abaningi bazobhema bakholwe basbone, shay'ingoz'engapholi
Kuzovuk'abadal'obabuSenzangakhona
Sdwadlile singene ngakhona
Abaningi bazobhema bakholwe basbone, shay'ingoz'engapholi

Yebo yebo mkhulu
Nghamba neynyanya zami
Yebo yebo mkhulu
Nghamba neynyanya zami

Abasiyekele ngeke basmele ke
Ngith abasiyekele ngeke basmele ke
Ngith abasiyekele ngeke basmele ke lalela
Ngith abasiyekele ngeke basmele ke

Eh ngith' nghamba nenyanya zam
Ntwana zam zifun'ukufana nam aiybo
Mpilo wayshintsh'ulova mpilo wayshintsh'ulova
Eh ngith' nghamba nenyanya zam
Ntwana zam zifun'ukufana nam aiybo
Mpilo wayshintsh'ulova mpilo wayshintsh'ulova

Ah ngithi mina uzongsab'ungangazi
Besengpheth'izinja zami, ungsab'ungangazi
Angek'ungamazi sphuma kuvaliwe s'njengamanzi
Vula dlozi lami awvul'indlela zami
Vula dlozi lami awvul'indlela zami

Yebo yebo mkhulu
Nghamba neynyanya zami
Yebo yebo mkhulu
Nghamba neynyanya zami

Senzangakhona Q&A

Who wrote Senzangakhona's ?

Senzangakhona was written by Mfana Kah Gogo & DJ Priddy.

Who produced Senzangakhona's ?

Senzangakhona was produced by DJ Priddy.

When did Mfana Kah Gogo release Senzangakhona?

Mfana Kah Gogo released Senzangakhona on Fri Feb 24 2023.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com