[Verse 1]
Bheka phezulu
Izibani zikhanye njalo
Neshumi leminyaka ledlule
Oko simile la
Ingqond'iyakhathala
Nhliziy'iyakhathala
Selokhu simile la
[Pre-Chorus]
Ngizobheka phezulu
Ngihambe ijuba lami
Ngizobheka phezulu
Ngihambe ngingabhek'emuva
[Chorus]
Nom'izilingo zifika
Zunqabe ngami
Nom'ubumnyama bufika
Ngikhanyisele
Nom'izilingo zifika
Zunqabe ngami
Nom'ubumnyama bufika
Ngikhanyisele
[Verse 2]
Nal'uthando
Ngalushiy'emuva
Ngabheka phambili
Nom'indlela inzima
Uthi usubabala
Ungibale nami
Ngandisele
Ngandisele
Ngandisele
Kulokh'enginako
Ngizobheka
Ngizobheka phambili
Seloku simile la
[Pre-Chorus]
Ngizobheka phezulu
Ngihambe ijuba lami
Ngizobheka phezulu
Ngihambe ngingabhek'emuva
[Chorus]
Nom'izilingo zifika
Zunqabe ngami
Nom'ubumnyama bufika
Ngikhanyisele
Nom'izilingo zifika
Zunqabe ngami
Nom'ubumnyama bufika
Ngikhanyisele
Phezulu was written by Nobuhle.
Phezulu was produced by Kenza (SA).