Ngiyabonga by Naledi Aphiwe
Ngiyabonga by Naledi Aphiwe

Ngiyabonga

Naledi Aphiwe

Download "Ngiyabonga"

Ngiyabonga by Naledi Aphiwe

Release Date
Fri Jan 26 2024
Performed by
Naledi Aphiwe
Produced by
Writed by
Minero & Naledi Aphiwe

Ngiyabonga Lyrics

Eyi-yeh, eyi-yeh
Eyi-yeh, eyi-yeh

Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm

Uma ngibuka emuva lapho eng'suka khona
Baba ngiyabonga, baba ngiyabonga
Ngokungenzele umusa ongandele bani
Wangithatha ngisem'nyango wangibeka emsamu
Okunye engikucelayo, ngicela amandla
Amandla okubhekana nezinqinamba
Ohambweni lwami olusha engilithathayo, oh, woh, woh

Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm

Ngibonga uthando nethuba
Engilithole kubantu bangeseka
Banginika amandla okuqhubeka
Eh, yeh, yeh, yeh, yeh, yeh

Ngibonga inhlonipho engiyiphiwe uMdali
Wangenza ngathoba ngabazi abanye abantu
Ngoba angiyilutho ngaphandle kwabo, oh, woh
Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana
Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana

Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm
Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm

Ngiyabonga Q&A

Who wrote Ngiyabonga's ?

Ngiyabonga was written by Minero & Naledi Aphiwe.

Who produced Ngiyabonga's ?

Ngiyabonga was produced by .

When did Naledi Aphiwe release Ngiyabonga?

Naledi Aphiwe released Ngiyabonga on Fri Jan 26 2024.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com