Ngahlupheka by Sizwe Alakine (Ft. Umthakathi Kush)
Ngahlupheka by Sizwe Alakine (Ft. Umthakathi Kush)

Ngahlupheka

Sizwe Alakine & Umthakathi Kush

Download "Ngahlupheka"

Ngahlupheka by Sizwe Alakine (Ft. Umthakathi Kush)

Release Date
Fri Sep 13 2024
Performed by
Sizwe AlakineUmthakathi Kush
Produced by
Infektist
Writed by
Sizwe Alakine & Umthakathi Kush

Ngahlupheka Lyrics

[Chorus: Umthakathi Kush]
Ngahlupheka! Ngahlupheka!
Ngahlupheka! Ngahlupheka!
(Yeah) Ngahlupheka! Ngahlupheka!

[Verse 1: Sizwe Alakine]
Eish!
Ai, mina ngihluphekile yilob'celeb
Noma ngikhala ngisemncwabeni bang'cel' isnap
Next, I'm in an uber ngifuna uk'thath inap
Mang'ceda uk'yehla untang' utshela abantu where I'm living at
Ng'phume endlini, tryina get some bread
Ng'hlangane nentwana egate'ini yami ithi ifun' ukurapper
Ngiyal'bonga uthando lwenu nonke mara ngicela ning'cabangele ukuthi nam' ngiyahlupheka
Just got a call from my best friend fede izinto zakhe azihambi grand he just
Needs a grand
Mara ngathi ang'yenzi i-sense mangith' angina-cent
I'm guessing he forgets iy'ncosi zami zonke zingen' isgela
Ngapha nabazali sisabanakekela
Ne-sisterr lami elincane nalo lisageleza
Intwana isand'uk'thesha mara ay'kgoli grand
So understand anghluphekanga mara fede ngiyahlupheka

[Chorus]
(Webaba! Webaba!) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!
(Webaba! Ngahlupheka) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!
(Webaba! Webaba!) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka
(Webaba! Ngahlupheka) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!

[Verse 2]
Eish!
And ngapha ngihluphekile ukuba sexy
Bonke labo cherry, tryina be my medii
K'cala bathi my ex aying'deserve'i
Bese bayakwata mang'ngafuni ukubathengel' iFendy
Ngapha ng'hlushiwa abafazi benu
Where was uNomsa Buthelezi when she said them "I do's"?
Ngoba manje usend' i-message that said "I want you!"
Ngath' akaz' uJub-Jub angas'fakel' amehlo
Entlek ng'dinga u X-Repo, itruck ingen' empilweni yami ikhiphe lenhlupheko
Bengizitshela ukuthi imali isus' iy'nhlupho
Kanti ukuba nenyuku doesn't mean aw'nanhluphekho
Ongathembi abuza uRamaphosa
Nomazilele imali igcwele umbhede isazok'costa
Ngoba maw'ceda uk'solver laba basazotshontsha
K'sanokufika iphoyisa nalo lizok'hlupha

[Chorus]
(Webaba! Webaba!) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!
(Webaba! Ngahlupheka) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!
(Webaba! Webaba!) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka
(Webaba! Ngahlupheka) Woo ngahlupheka! Ngahlupheka!
(Webaba! Webaba!) Hey' ngahlupheka!
(Webaba! Ngahlupheka) We ngahlupheka webaba
(Webaba! Webaba!) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!
(Webaba! Ngahlupheka) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!
Ngahlupheka ezweni!

[Bridge]
Akuncono vele sixoxisane ngalolelodaba! Akesixoxisane
Ngoba ngihleli phansi nomkhulu wami lana
Wasengitshel' iy'ndaba zami
Wasengitshela ukuthi ngiphahle
Ngoba angibuyi, ingathi bazovala ikusasa lam'
Kuncono ngi-clock'e ekhaya
Ngilokhu ngimele iskhathi sami kanti Nkosi kuyoba nini?
Siyoke si-clock'e esami
Ngapha izinja ngithi zikhonkotha ngakimi wena dlozi ngicela ubonakale
Ngapha izitha ngithi zihlangana ngakithi, bebekhokhelana

[Chorus]
Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!
Hey ngahlupheka! Ngahlupheka!
Hey ngahlupheka! Ngahlupheka!
Ngahlupheka ezweni!
(Webaba! Webaba!) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!
(Webaba! Ngahlupheka) Hey' ngahlupheka! Ngahlupheka!
Ngahlupheka ezweni!

Ngahlupheka Q&A

Who wrote Ngahlupheka's ?

Ngahlupheka was written by Sizwe Alakine & Umthakathi Kush.

Who produced Ngahlupheka's ?

Ngahlupheka was produced by Infektist.

When did Sizwe Alakine release Ngahlupheka?

Sizwe Alakine released Ngahlupheka on Fri Sep 13 2024.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com