[Verse 1]
Nina bohlanga lomhlabathi
Ngithi angidlulise ukubonga, ukwanda kwaliwa ngumthakathi
Asethembe niphephile, can’t in particular
Say konke kuhamba kahle but it's steady siyaphila
Aw Sithi Lokishi (Lokishi)
Zona zithi kutsa nayi moemish
Indida uthi uphusha nje kube nemqondo ebolile
Bethi bek’bongela kodwa izenzo zabo yisolisa
Ai phela izilele oGoma, kuleli insizwa maan
Nkosi ngicela ungigcinele nje eyikhona, kulezi nsiza baba
Uquqaba nje olunikele bukhoma eMazweni, ai kungivusela
Iminjunju ukuyibona yiwile abangani bethi ayikona yilwile kanjani?
(Nase Mculweni) Le-sound idinga abantu aba-correct
Wеnt and found uMabhiza le-Soweto
On production he’s a poеt
But naye manje usengomunye wabafowethu
[Chorus]
Siwolwe ndawonye
Kwawuk’hluka hluka kwezimo
Aw Zulu ubalonde abafowethu
KwezimaZombe, Aw Zulu balonde abafowethu
Ubalonde abafowethu, aw balonde abafowethu
[Verse 2]
Mina I'm all for laba abangakhon' ukulala
Shayi ispani lesiya noma liyoshona ilanga
I'm all for laba aba-control(a) ulaka
All for ukuhlala ngesizotha ekhaya
Nabashaya iflop bagcina sebengobaba
All because they did’nt condomize
Banga-crossa abagcina ngok’compromise(a)
Manje bayondla, izingane ziyabhodla azilali
Balonde ababoshwa bengonanga
Bathobe nomoya wabo ungonakali
Ngoba kuyisono ukujezela into ongayazi
Bayak’ judge(a) bengalazi uhlangothi lwakho
And just keep breathing with the knee on your neck
And just keep living thou you got nothing left
[Chorus]
Siwolwe ndawonye
Kwawuk’hluka hluka kwezimo
Aw Zulu ubalonde abafowethu
KwezimaZombe, Aw Zulu balonde abafowethu
Ubalonde abafowethu, aw balonde abafowethu