[Verse 1]
Ngangi ney'nkinga zam', seng'musha
Dlal' umanga-manga business uhubu l'kabhejane
Njalo beng'thembis' izulu nomhlaba
Kanti bafun' ukuwis' i-business ukuthi mina nje bengingaz'
[Pre-Chorus]
Ngayek' ukuzisola ngahlakanipha
Ngakhula ngabona ngahlakanipha
Ngayek' ukuzisola ngahlakanipha
Ngakhula ngabona ngahlakanipha
[Chorus]
Awu awu! Loshona nin' ilanga?
Ng'yotshel' umam' ukuthi sekphelile uk'ganga
Awu awu! Loshona nin' ilanga?
Ng'yotshel' umam' ukuthi sekphelile uk'ganga
[Post-Chorus]
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
[Verse 2]
Kwashon' amalanga nensuku zahamba
Kant' umuntu uhleli nemamba
Kwavulek' amehlo yo, izitha zalamba
Ngeke ng'phinde ng'phinde ng'lahle
[Pre-Chorus]
Ngayеk' ukuzisola ngahlakanipha
Ngakhula ngabona ngahlakanipha
Ngayek' ukuzisola ngahlakanipha
Ngakhula ngabona ngahlakanipha
[Chorus]
Awu awu! Loshona nin' ilanga?
Ng'yotshel' umam' ukuthi sekphеlile uk'ganga
Awu awu! Loshona nin' ilanga?
Ng'yotshel' umam' ukuthi sekphelile uk'ganga
[Post-Chorus]
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Loshona Nini was written by Kelly Khumalo & Mondli Ngcobo.
Loshona Nini was produced by Mondli Ngcobo.
Kelly Khumalo released Loshona Nini on Fri Oct 09 2020.