‘Lawuleka’, translating to ‘be governable’, is a song that encapsulates Zawadi’s internal battle between her heart which wants to love, and her mind which cautions of its dangers.
Her voice soars through the production with a haunting range of emotions as she issues a warning to herself; that a hea...
[Verse 1]
Ukum'bona 'weng'xeka amadolo
Kugiji-gij' imizwa
Nomgqumo we 'nhliziyo, lawuleka
Halela ugibane lwami
Ng'yesaba, ng'yesaba ukuvakashela uthando
(Law'leka nhliziyo yam’)
Angulwazi lung' phatheleni
Law'leka (Law'leka nhliziyo yam')
Bambeka nhliziyo yami
Ngibambeni, ngibambeni
Yeh mama, heh mama
(Law'leka nhliziyo yam')
[Chorus]
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
[Verse 2]
Inhliziyo inene ihlala ingavuyi
Kodwa phola nhliziyo yami
Awazi lapho obheke khona uyophatheka kanjani
Inhliziyo egcwele uthando
Ihlika eknene
Ihlal' iphile njalo
Lawuleka, lawu’ nhliziyo yami
[Chorus]
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Iyasha
[Bridge]
Yeh mama, yeh mama
Law'leka, lawuleka
Lawuleka nhliziyo yami
Wathi uyamamatheka ngamthanda
Wathi nom' esethetha mina ngamthanda nje
Law'leka, lawuleka
Ngibambeni, heh ngibatheni (Law'leka)
[Chorus]
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Iyasha
Lawuleka was written by Zawadi YaMungu & Kabza De Small & MDU aka TRP.
Lawuleka was produced by Kabza De Small & MDU aka TRP.
Kabza De Small released Lawuleka on Fri Jul 18 2025.