KwaMakhelwana by Aubrey Qwana
KwaMakhelwana by Aubrey Qwana

KwaMakhelwana

Aubrey Qwana * Track #8 On Imvula Mlomo

KwaMakhelwana Lyrics

U'Aunti ebengthumile wathi angihambe ngyonana, ngyonana
Wathi ngiphuthume netiye selqala no'kubanda, nok'banda
Wathi angimcelele ushukela obrown
Ngoba akawuphuzi omhlophe
Novalo langithi heqhe kwavele kwathi angifome
Angazi ukuthi ngenzenjani (oooohha sengqonyiwe)
Angazukuthi ngenzenjani

Akazi nginentombi
Akazi nginentombi Kwamakhelwane
Akazi nginentombi
Akazi nginentombi Kwamakhelwane

Hhayibo Aunti usukhohliwe ukuthi nginamahloni nje
Ngempela sonto lomtwana bengimthembise izulu nomhlaba
Kungesampondo zankomo namhlanje mina ngzonana
Uzothini ulavi mangifika
Uzothini

Hhayibo Aunti celanjungchazele
Thina sizonana kuze kubenini
Ngenkathi ubhaka izolo ubungthume nokhlim
Wangiphazamisa nje ng'sabuka amafilim
Engani nzamile nje (ngiklethelumfazi)
Amaphupho ami ashabalele (ngiklethelumendo)
Engani nzamile nje (ngiklethelumfazi)
Amaphupho ami ashabalele (ngiklethelumendo)

U'Aunti ebengthumile wathi angihambe ngyonana, ngyonana
Wathi ngiphuthume netiye selqala no'kubanda, nok'banda
Wathi angimcelele ushukela obrown
Ngoba akawuphuzi omhlophe
Novalo langithi heqhe kwavele kwathi angifome
Angazi ukuthi ngenzenjani (oooohha sengqonyiwe)
Angazukuthi ngenzenjani

Akazi nginentombi
Akazi nginentombi Kwamakhelwane
Akazi nginentombi
Akazi nginentombi Kwamakhelwane

Akazi nginentombi
Akazi nginentombi Kwamakhelwane
Akazi nginentombi
Akazi nginentombi Kwamakhelwane

Akazi nginentombi
Akazi nginentombi Kwamakhelwane

KwaMakhelwana Q&A

Who wrote KwaMakhelwana's ?

KwaMakhelwana was written by Aubrey Qwana.

Who produced KwaMakhelwana's ?

KwaMakhelwana was produced by Zādok.

When did Aubrey Qwana release KwaMakhelwana?

Aubrey Qwana released KwaMakhelwana on Fri Jul 31 2020.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com