“Isibhamu” is the Zulu word for “gun”, in this song Sjava takes the role of someone who is being robed
and is begging for his life stating that they would rather take his possessions than take his life. The second verse talks about someone he knew that that was robbed and killed.
[Intro]
Eshe,Eshe!
Eh, Eh, Eh
[Pre-Chorus]
We mfowethu mina nginomama ekhaya
Mina nginomndeni wami okumele ngiwusebenzele
Leynto zami ozifuna ngenkani kimi
Nazo ezami mina ngiysebenzele
Njengoba uphethe isbham' (wo mfowethu)
Ngith ungalinge udubule
Kungcono uthathe imoto, uthath' ifoni
Mina ungixolele
[Chorus]
Ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
Ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal' ekhaya
Ngeke ngilale emathuneni
Ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
Ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal' ekhaya
Ngeke ngilale emathuneni
[Verse 1]
Yamemez' insimbi idum' emadlebeni
Yiyo le eqhoshis' umfana, yiyo le ebang' usathane
(Banosathane abafana)
Kodwa mali (waba njani)
Uyimpande yesono (waba njani)
Kwaqhamuka abafana (bepheth' amavolovolo)
Ngeswel' umgodi wokucasha (Bahlome bayizingovolo)
Bayalishay' ikhanda (Cabang' iyngan' zam' wemfowethu)
Bak'tshel uzongcwatshwa
[Pre-Chorus]
We mfowethu mina nginomama ekhaya
Mina nginomndeni wami okumele ngiwusebenzele
Leynto zami ozifuna ngenkani kimi
Nazo ezami mina ngiysebenzele
Njengoba uphethe isbham' (wo mfowethu)
Ngith ungalinge udubule
Kungcono uthathe imoto, uthath' ifoni
Mina ungixolele
[Chorus]
Ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
Ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal' ekhaya
Ngeke ngilale emathuneni
Ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
Ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal' ekhaya
Ngeke ngilale emathuneni
[Verse 2]
Elok'shini (ngith' emambisa)
EThembisa (ngith' emambisa)
Babulal' umfowethu leyondaba isangikhalisa (Maye mama)
Ngith' yahamba insizwa isasencane
Yashiya umakoti esesemncane (Ngenxa yemoto?)
We mbulali (We mbulali)
Ongenanembeza (ongenanembeza)
Wabulal' umfowethu (bulal' umfowethu)
Wazuzani? (Ngenxa yemoto nje)
Qina ntombi yami MaDlokovu
Impilo ayikho fair, nokufa yigovu
[Pre-Chorus]
We mfowethu mina nginomama ekhaya
Mina nginomndeni wami okumele ngiwusebenzele
Leynto zami ozifuna ngenkani kimi
Nazo ezami mina ngiysebenzele
Njengoba uphethe isbham' (wo mfowethu)
Ngith ungalinge udubule
Kungcono uthathe imoto, uthath' ifoni
Mina ungixolele
[Chorus]
Ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
Ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal' ekhaya
Ngeke ngilale emathuneni
Ngeke ngeke ngeke ngeke ngeke
Ngeke ngifele iynto zasemhlabeni
Ngeke ngeke mfowethu ngiyeke ngyolal' ekhaya
Ngeke ngilale emathuneni