Umakoti ungowethu, siyavuma
Usengowethu ngempela, oh siyavuma
Uzosiwashel’asiphekele, oh siyavuma, sithi yehee yehee, siyavuma
Thina sinodumo, udumo
Thina sinodumo
Akenibhek’udumo
Thina sinodumo
Aniboyilekelela
(Ubani obengashad’emncane kangaka?)
Isencane lengane
(Ubani obengashad’emncane kangaka?)
Kulikhun’emendweni
(Ubani obengashad’emncane kangaka?)
Kuyasind’emendweni
(Ubani obengashsd’emncane kangaka?)
Kuding’ubekezele
(Ubani obеngashad’emncane kangaka?)
Isencanе lengane
(Ubani obengashad’emncane kangaka?)
Aniboyilekelela
(Ubani obengashad’emncane kangaka?)
Isencane lengane
(Ubani obengashad’emncane kangaka?)
Kulikhuni emendweni
Isencane isazokhula
(Ubani obengashad’emncane kangaka?)
Isencane isazokhula
Isencane lengane
(Ubani obengashad’emncane kangaka?)
Isencane isazokhula
Isencane Lengane was written by Mkhungo Melokhule & Magcaba Ntokozo & Phelelani Sithole & Sandile Hlophe & Sanele Ngcobo & Platform 1.
Isencane Lengane was produced by Two Inch Punch.
The Joy (Band) released Isencane Lengane on Wed May 26 2021.