Incwadi Kababa by Nue_Sam (Ft. Mnqobi Yazo)
Incwadi Kababa by Nue_Sam (Ft. Mnqobi Yazo)

Incwadi Kababa

Nue_Sam & Mnqobi Yazo * Track #2 On iSambulo

Incwadi Kababa Lyrics

[Pre-Chorus: Mnqobi Yazo]
Kunalento engiyizwa eshayi inhliziyo njalo
Lento kuthiwa ivale zonke izinto zami mawo
Noma ngishona lena akulungi
Bathi igceke lingcolile ngaxosha iingane kabuhlungu

[Chorus: Mnqobi Yazo]
Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
Ngabe niyangithanda bantabami
Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
Ngoba ngizowushiya lomhlaba
Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
Ngabe niyangithanda bantabami
Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
Ngizowushiya noma inini lomhlaba
Ngane zami
Fis'ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
Ngane zami obantabami
Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba

[Verse 1: Nue_Sam]
Mndeni wami sewangishiya
Mndeni wami sewangishiya
Abantwana bami sebeyangiphika
Sengaphenduka umoya ongena kuthula angina kuphila
Nenhliziyo yami mhlambe masingashaya ayina kungisinda
Ngikubhekile ukukhanya ngakulinda
Leyincwadi yami yokugcina
Nawe njengoba uhleka izinkinga zami mhlambe ungibona okokugcina
Ngizothanda ukuxolisa ko dado bami njеngoba ngahluleka ukuba khulisa
Ithuba lokuba noBaba ezimpliweni zеnu nganincisha
Ngiyaxolisa

[Pre-Chorus: Mnqobi Yazo]
Kunalento engiyizwa eshayi inhliziyo njalo
Lento kuthiwa ivale zonke izinto zami mawo
Noma ngishona lena akulungi
Bathi igceke lingcolile ngaxosha iingane kabuhlungu

[Chorus: Mnqobi Yazo]
Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
Ngabe niyangithanda bantabami
Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
Ngoba ngizowushiya lomhlaba

[Verse 2: Nue_Sam]
Mndeni wami sewangishiya
Mndeni wami sewangishiya
Ke kodwa jatshuliswa ukumbona ngisaphila
Wemama njengoba waxosha umkami wawungazi yini ukuthi ngelinye ilanga ngiyomdinga
Ngisho ngoba phela sewalala kobandayo mina izinkinga zinginikina
Kanti ukujabula kwami kuwe kwakuyinkinga
Wawudli ibhizimusi kaBaba
Wadedela amadimoni angilinga
Ngaphinga
Abantwana bami sebeyangiphika
Kodwa mhlambe
Mhlambe nezami izinsuku zami zokujabula ziyofika ngelinye ilanga

[Pre-Chorus: Mnqobi Yazo]
Kunalento engiyizwa eshayi inhliziyo njalo
Lento kuthiwa ivale zonke izinto zami mawo
Noma ngishona lena akulungi
Bathi igceke lingcolile ngaxosha iingane kabuhlungu

[Chorus: Mnqobi Yazo]
Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
Ngabe niyangithanda bantabami
Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
Ngoba ngizowushiya lomhlaba
Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
Ngabe niyangithanda bantabami
Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba
Ngizowushiya noma inini lomhlaba
Ngane zami
Fis'ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda
Ngane zami obantabami
Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba

Incwadi Kababa Q&A

Who wrote Incwadi Kababa's ?

Incwadi Kababa was written by Mnqobi Yazo & Nue_Sam.

Who produced Incwadi Kababa's ?

Incwadi Kababa was produced by Ruff.

When did Nue_Sam release Incwadi Kababa?

Nue_Sam released Incwadi Kababa on Fri Aug 28 2020.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com