Etilongweni by Duncan
Etilongweni by Duncan

Etilongweni

Duncan

Download "Etilongweni"

Etilongweni by Duncan

Release Date
Fri Oct 04 2024
Performed by
Duncan
Produced by
Ray Nkuna
Writed by
Duncan & Ray Nkuna

Etilongweni Lyrics

Bahleli bonke etilongweni
Bahleli bonke kwaNongqongqo
Bahleli bonke etilongweni
Bahleli bonke kwaNongqongqo
Yi yi etilongweni
Aah hha s'boshiwe s'moshile
Yi yi etilongweni
Aah hha s'boshiwe s'moshile

Lana k'sejele kuzomele uz'bheke k'phelile ub'clever nabo Ngelegejane
Wena eAfrica baduma bek'saba bew'phatha nes'khali bek'biza ngoRAM
Maw'fika endaweni bek'baleka abantu besaba ukuthi uzobathela is'mbambamba
K'khalwa ngawe ngapha ngapha nangapha bathi maw'sudakiwe uqhumis' ingalo
Uhlukumeze abantu ekasi kabi thina s'yazi ngawe uphila impilo manyala
Khanda limtshela okwakhe bew'ngakhuzeki uthanda nenhlama uyidla ngamakhala
Uzenzi is'gebengu es'nuka amakhwapha manje uboshiwe z'yakhala
Manje uyakhala
Umdala kangaka
Sew'phenduk' uSjava
Ukhumbula umama
Sew'phenduk' impatha, uthekwane, uthalala umuntu kababa
K'phelile ub'clever kuwe manje ufice abontanga
Kunini ukhuzw' utshelwa wena ngakho nok'ganga
Kodwa unenkani ubungalaleli
Wena nezakho ubungabambeki
Ujola noZama uMbali noSne
Ugijima kakhulu ungenawo ama-brake
Lana k'setilongweni lova es'hogweni
Lana kaHell phakathi emgedeni
Ey'tineni ey'bomvu kugcwel' omacaleni
S'phila ngesono yithina abaHedeni

Bahleli bonke etilongweni
Bahleli bonke kwaNongqongqo
Bahleli bonke etilongweni
Bahleli bonke kwaNongqongqo
Yi yi etilongweni
Aahh s'boshiwe s'moshile
Yi yi etilongweni
Aa s'bshiwe s'moshile

Yey aw'vuke webhalakaxane sek'sile manje hamb' othatha neShower
La ak'khona ehhotela ulele uyakgona uca'thi k'seMhlanga?
K'zomele ufonele ekhaya utshele abazali befake iAirtime
Nombhede uyaRentwa k'dingeke imali batshele bathenge noGwai
Ungathathi ukudla ok'phiwa yis'boshwa lokho kungak'phendula umfazi
Uphenduk' umfazi uphenduk' umfazi begcine bak'fake noGwai
Akekho ozok'zwela lana wena maan
Kuze nawe lana uphile papa
K'zomele uthathe inombolo lova wami
K'zomele uphakame k'zomele uphakame
K'zomele uphakame noma ngoFadera
Lana s'sebenza ngey'yalo eziyis'thupha
Aw'bhincw' aw'bhinciswa lana bathi dala nombolo
Nqunywa unganqunywa yiy'sebenzi uzonqunywa yinombolo
Oy'dale ungenaso is'thupha
Thula buka ngoba uzoduka
K'leli bhilidi k'mele ube nes'bindi
Uy'bambe ungay'dedeli ishisa insimbi
Kona kunzima kodwa k'mele uqine
Iyona indlela phela lana yok'phila
Omunye umhlaba lona not eAfrica
S'jombe igazi lana s'phila s'baFree
Yiba mehlo mane
K'mele ulahle uvalo
Hlala kuzo iy'yalo
'Ngadideki zalo
'Gada imashi yakho
Never shintsha is'balo noma l'nzima uhambo
Never shiya umthwalo

Bahleli bonke etilongweni
Bahleli bonke kwaNongqongqo
Bahleli bonke etilongweni
Bahleli bonke kwaNongqongqo
Yi yi etilongweni
Aah hha s'boshiwe s'moshile
Yi yi etilongweni
Aah hha s'boshiwe s'moshile

Etilongweni Q&A

Who wrote Etilongweni's ?

Etilongweni was written by Duncan & Ray Nkuna.

Who produced Etilongweni's ?

Etilongweni was produced by Ray Nkuna.

When did Duncan release Etilongweni?

Duncan released Etilongweni on Fri Oct 04 2024.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com