[Intro: Umthakathi Kush, Pitch Black Afro]
(We darkie, we darkie ngiyakhuluma)
Mina I grew up, my mom used to tell me
Ukuthi, "Mfana wam', you're a darkie
Noma kanjani, you're a darkie and your darkieness starts here
You should recognise where you live and be happy with it, and be content" Yathola daai deng? Yabona
"Uyidarkie" ukuthi so that manje nobody can pull you down for being black, yathola daai deng?
Then, you're a darkie here and be proud of it
[Refrain: Sizwe Alakine]
This is for the ghetto
The ghetto, yeah
This is for the ghetto
The ghetto, yeah
[Verse 1: Sizwe Alakine]
Eish
Engithi darkie yini ngathi ukhohliwe siphuma kuphi?
Lapha kubi sikgerezela igwinya ne lopi
Jitas bhemi inyaope from seven in the morning
Ngapha s'hlala sisemgcwabeni every Saturday morning (Eish)
Bese sijaiva ngamaMonday
Maybe it's a sign of unemployment
Mhlambe that's the only place we ever find enjoyment
Ngapha nabazali abasazwani ney'ngane
Darkie
[Chorus: Umthakathi Kush]
Vuka phasi, lomhlaba ukhohlakele
Phinde uvuse namagenge niyek'ukbloma emakhoni
Ngoba, impilo ayikho lula darkie, ayikholula darkie
Engithi vuka phasi, lomhlaba ukhohlakele
Phinde uvuse namagenge niyek'bloma emakhoni
Ngoba, impilo ayikho lula darkie, ayikholula darkie
[Verse 2: Sizwe Alakine]
Babuze why bangalali emakhaya
Abafun' ukulale makhaya
Bazongizwa njani balalel uJaivan
I ain't even saying that shit to sound funny
I'm just wondering, who these kids gon' listen to
I guess it's Alakine 'cause my Spotify says it isn't you
Yimi okwazi ukubakhalisa while I make them move
Ikasi lishoda ngama grootman akhuthaza i-youth
Njengalaba abakhuthuz'ebsuku
Nginokuz buza abanandaba ukuthi udarkie wonke akana nyuku
Ngathi ababoni ikasi lonke ligcwele imikhukhu
Sonke sdinga imali bona baythatha kab'hlungu
Bathatha ama-phone, jeans and all of your jewels
Bafuna ama Ford Ranger when you at groove
Ngapha maw'hamba nensimbi bazok'dubula
Darkie ngathi nikhohliwe, bengin'khumbuza
[Chorus: Umthakathi Kush]
Vuka phasi, lomhlaba ukhohlakele
Phinde uvuse namagenge niyek'ukbloma emakhoni
Ngoba, impilo ayikho lula darkie, ayikholula darkie
Engithi vuka phasi, lomhlaba ukhohlakele
Phinde uvuse namagenge niyek'bloma emakhoni
Ngoba, impilo ayikho lula darkie, ayikholula darkie
[Outro: Sizwe Alakine, Umthakathi Kush]
This is for the ghetto
(Engithi vuka phasi, lomhlaba ukhohlakele)
(Phinde uvuse namagenge niyek'bloma emakhoni)
The ghetto
(Ngoba, impilo ayikho lula darkie, ayikholula darkie)
This is for the ghetto
(Engithi vuka phasi, lomhlaba ukhohlakele)
(Phinde uvuse namagenge niyek'bloma emakhoni)
The ghetto
(Ngoba, impilo ayikho lula darkie, ayikholula darkie)
Dear Darkie was written by Sizwe Alakine & Umthakathi Kush & SPeeKa.
Dear Darkie was produced by SPeeKa.
Sizwe Alakine released Dear Darkie on Fri Sep 13 2024.