[Verse 1]
Udlalile ngami
Iminyak' emngaka siphush' int'engahambi
Isikhathi esingaka ngihleli nawe ubukisa ngami
Haw' ngalufela ubala (Nendod' endala!)
[Pre-Chorus]
Wang'shela, ngak'qoma, sajola
Ngakuthanda, wangiphoxa, wangilahla
Wang'shela, ngak'qoma, sajola
Ngakuthanda, wangiphoxa, wangilahla
[Chorus]
Ngibuyisele
Ngibuyisele uthando lwami
Ngibuyisele
Ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
No-no-no, nothando lwami
No-no-no
Ngibuyisele
Ngibuyisele uthando lwami
Ngibuyisele
Ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
No-no-no, nothando lwami, no
[Verse 2]
Uyindode'enjani?
Dlalile ngemizwa yami, awukhathali?
Baningi abafana nami vele ngiyazi
Bekumele ngilalele uma bengitshela
Bеkumele ngilalelе uma bengikhuza
[Bridge]
Ngakonaphi na?
Yin le ngaka engakwenza yona?
Ngakonaphi na?
Yin le ngaka engakwenza yona?
Ngakonaphi na?
Yin le ngaka engakwenza yona?
Haw' ngalufela ubala!
[Pre-Chorus]
Wang'shela, ngak'qoma, sajola (Sajola)
Ngakuthanda, wangiphoxa, wangilahla
Wang'shela, ngak'qoma, sajola (Sajola)
Ngakuthanda, wangiphoxa, wangilahla
[Chorus]
Ngibuyisele
Ngibuyisele uthando lwami
Ngibuyisele
Ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
No-no-no, nothando lwami
No-no-no
Ngibuyisele
Ngibuyisele uthando lwami
Ngibuyisele
Ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
No-no-no, nothando lwami, no
Ngibuyisele
Ngibuyisele uthando lwami
Ngibuyisele
Ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
No-no-no, nothando lwami, no
Buyisela was written by Maline Aura.
Maline Aura released Buyisela on Fri Aug 27 2021.