[Chorus]
Ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“Bavuyil’ abazali na?”
"Bavuyile abazali?"
[Verse 1]
Sizam' im'sebenzi, sihlala kude namakhaya
Akukh’ es'ngakwenzi, kumele ajabule umama
Uyangithwala, uyangeseka
Imikhuleko yakhe yona iyangihlenga
[Pre-Chorus]
Ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“Bavuyil’ abazali na?”
"Bavuyile abazali?"
[Chorus]
Baya-vuya? Vuya?
Baya-vuya? Vuya
Baya-vuya? Vuya?
Baya-vuya? Vuya
[Verse 2]
Ohambweni lwakho mhlobo wam', ubobuy’ ume
Uqalaze abazali ngabe bajabule ngawe?
Ngisho ngoba kulul’ ukuphambuka
Uth’ usahamba ngakho kant' uyaduka
Phela imv’edukile iyafunwa
Njengomelusi umzal’ uyokulusa
[Pre-Chorus]
Ngenza ngenze bese ngiyazibuza (Ngizibuze ngawe)
“Bavuyil’ abazali na?”
"Bavuyile abazali?" (Bayaziqhenya ngawe)
[Chorus]
Baya-vuya? Vuya? (Bayaziqhenya ngawe)
Baya-vuya? Vuya (Zibuze mngani wami)
Baya-vuya? Vuya? (Bayavuya na?)
Baya-vuya? Vuya? (Bayavuya na?)
[Refrain]
Ooh yeah
Ooh yeah
Tada-ta-ta-ta-tadata
Ooh yeah
Ooh yeah
Tada-ta-ta-ta-tadata
[Pre-Chorus]
Ngenza ngenze bese ngiyazibuza (Ngiyazibuza)
“Bavuyil’ abazali na?”
"Bavuyile abazali?" (Bajabulile?)
[Chorus]
Baya-vuya? Vuya? (Bajabulile?)
Baya-vuya? Vuya (Bayaziqhenya ngawe)
Baya-vuya? Vuya? (Bayaziqhenya ngawe)
Baya-vuya? Vuya
[Pre-Chorus]
Ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“Bavuyil’ abazali na?”
"Bavuyile abazali?"
[Chorus]
Baya-vuya? Vuya? (Bona bayavuya)
Baya-vuya (Bayavuya)? Vuya (Bayavuya)
Baya-vuya? Vuya (Bajabulile na)
Baya-vuya? Vuya?
Bayavuya was written by Nomfundo Moh.
Bayavuya was produced by NaXion Cross & Tulia Gavana.
Nomfundo Moh released Bayavuya on Fri Aug 02 2024.