Angimale by Simmy (Ft. Khuzani)
Angimale by Simmy (Ft. Khuzani)

Angimale

Simmy & Khuzani * Track #16 On Tugela Fairy (Made of Stars)

Angimale Lyrics

[Chorus: Simmy]
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale

[Verse 1: Simmy]
Ngiwahambile wonk' amazwe
Zange ngim'thole onjengawe
Kodwa manje indab' ilana
La ngiyakhona kuxoxwa ngami
Ey kuthiwa kudlaliwe ngami
Ngoba kuzomele ngikwale nje
Ey kuthiwa kudlaliwe ngami
Ngoba kuzomele ngikwale nje

[Chorus: Simmy]
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale

[Refrain: Simmy]

[Verse 2: Khuzani]
Sthandwa sami
Ungavumi besihlukanise
Oh Sthandwa sami!
Ungavum' besihlukanise
Oh Lovie wami!
Uma ungang'lahla ung'lahlelani weLove?
Uma ungang'shiya ung'shiyelani weLove?
Ngoba mide iminyaka
Uma ungang'shiya ung'shiyelani weLove?
Uma ungang'lahla ung'lahlelani weSthandwa?
Ngoba mide iminyaka
Ngoba mide iminyaka
Ngoba mide iminyaka

[Chorus: Simmy]
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Kuth' angimale!
Aning'yekeni ng'male
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale

[Outro: Simmy]
Okwam' okwezandla
Ukube okwezinyawo ngabe kuyazihambela
Uyajola lo!
Okwam' okwezandla
Ukube okwezinyawo ngabe kuyazihambela
Uyajola lo!

Angimale Q&A

Who wrote Angimale's ?

Angimale was written by Mpho.wav & Sun-El Musician & Khuzani & Simmy.

Who produced Angimale's ?

Angimale was produced by Mpho.wav & Sun-El Musician.

When did Simmy release Angimale?

Simmy released Angimale on Fri Nov 06 2020.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com