Amathafa by SayFar & Mnqobi Yazo
Amathafa by SayFar & Mnqobi Yazo

Amathafa

SayFar & Mnqobi Yazo * Track #1 On Rhandzu

Amathafa Lyrics

Wentombazane ngabe uzongithanda yini nawe
Uthando Iwami ngabe uzoligcina yini nawe
Wentombazane ngabe uzongithanda yini nawe
Uthando Iwami ngabe uzoligcina yini nawe

Uth’ uyangithanda (mina nawe)
Sofa silahlane (mina nawe)
Lamagqumu, Iamathafa, sowanyuka (mina nawe)
Uth’ uyangithanda (mina nawe)
Sofa silahlane (mina nawe)

Lamagqumu, Iamathafa, sowanyuka (mina nawe)
Nansi inkinga yothando
Lungival’amehlo angiboni
Anongtshela mangphambuka
Ngoba manje ngath angiboni
Ngoba ngihamba amalombo ngifuna wena ntombi

Anongbizel’ isangoma
Manje sengiyagula
Ngoba ngempela mani ngang’ Khuz
Niyongbona ngingasekho
Ngoba ngiphethwe isifo esikhulu
Isifo sothando
Nami angazi, nami angaz
Ngicela ning’size
Ngoba ngiphethwe isifo esikhulu
Isifo sothando

Ngiyacela ntombi, zungibuyisele, thando lami ntombi
Wentombazanе ngabe uzongithanda yini nawe
Uthando Iwami ngabe uzoligcina yini nawе
Wentombazane ngabe uzongithanda yini nawe
Uthando Iwami ngabe uzoligcina yini nawe

Uth’ uyangithanda
Sofa silahlane
Lamagqumu, Iamathafa, sowanyuka (mina nawe)
Uth’ uyangithanda
Sofa silahlane

Lamagqumu, Iamathafa, sowanyuka (mina nawe)
Uthando Iwami alipheli, ngihlezi ngikugcinga
Ngempela angipheli ntombi
Thumela abakho kini kusasa lokhu, ngiyasebenza
Impela angihleki ntombi
You, my one and only, isingisi sam asitheshi
Ngithemba uyangizwa ntombi
Ngoba lothando enginalo aludingi okuningi
Kodwa ngiyathemba uyang’feela ntombi

Uthando enginalo alupheli ntombi
Mina ngiyay’thanda angipezi ntombi
Mndeni wami ngawutshel’
Abangani bami ngabatshela
Tohweni lami ngabatshela
Phela ngiyakuthanda Ntombi

Wentombazane ngabe uzongithanda yini nawe
Uthando Iwami ngabe uzoligcina yini nawe
Wentombazane ngabe uzongithanda yini nawe
Uthando Iwami ngabe uzoligcina yini nawe

Uth’ uyangithanda (mina nawe)
Sofa silahlane (mina nawe)
Lamagqumu, Iamathafa, sowanyuka (mina nawe)
Uth’ uyangithanda (mina nawe)
Sofa silahlane (mina nawe)
Lamagqumu, Iamathafa, sowanyuka (mina nawe)

Amathafa Q&A

Who wrote Amathafa's ?

Amathafa was written by SayFar & Mnqobi Yazo.

Who produced Amathafa's ?

Amathafa was produced by SayFar.

Your Gateway to High-Quality MP3, FLAC and Lyrics
DownloadMP3FLAC.com