[Intro]
Ehhh hayayayaya yo
Ngyolala ngimbonile owakwami
Ngyolala ngimbonile
[Chorus]
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
[Post-Chorus]
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngilindele
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngilindele
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindele
[Verse 1]
Indlel' engimkhumbule ngayo weh
Ngizwe ngathi ngiyasangan' ekhanda
Bayajabula abakubonayo laph' ukhona sthandwa sam
Hayi akubona ubuhle bomuntu lobu
Uphuphuzel' uboy' ebsweni
Sithi unyathela ngabantwana
Angisakhulumi ngamehlo ngathi yingelosi
Awu shon' amalanga, shona malanga
Mina ngiyobon' udali
Ngathi neskhathi sesihamba kancane
Ba bekuya ngam ngabe sengihleli nawe
Sixoxa ngothando lwethu
Sibukan' emehlweni weh!
Ngathi ngiyambona esemoyizela
Ngathi ngiyambon' esemamatheka
Ngathi ngiyambon' esengishalazela
Futhi unamahloni njalo we
[Chorus]
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
[Post-Chorus]
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngilindele
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngilindele
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindele
[Verse 2]
Yazi luhl' uthando lwethu bo
Int' inhle ayidingi ukoniwa
Bazamile bahlulekile bonke
Ebebethi banginyundela kuwe
Ngithand ukuthembeka kwakho mina dali
Nokungithanda ngokweqiniso
Ngiyathembisa ngeke ngikuphoxe
Ngik'bukanise nezwe lonke
Phela wena ngakucel' enkosini
Uthando lwakho luyisibusiso kimi
Kushoda abakini, ngibona abakini
Ngithumle inkomo le kini
[Bridge]
Shaye 'iphelele iynkomo zamalobolo
Ngi'shaye ziphelel, phelel
Iynkomo zamalobolo
[Chorus]
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
[Post-Chorus]
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngi li...
Ngizobe ngilindele
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindele