Caiphus Semenya’s original Nomalanga is brought back to life as Zuluboy pens down a romantic tragedy set in the dying years of Apartheid. The story follows him (Zuluboy) as an MK veteran fighting the oppressors in exile while exchanging letters with his wife he left back at home. When the exiled vet...
[Intro: Caiphus Semenya & Zuluboy]
Ngakushiya we Nomalanga
Ngakushiya we Nomalanga
Nomalanga ngibhala lezincwadi sengiy’joni ehlathini
Ngaphansi kwa Commando u-O.R
We are looking forward to coming back home
And being with our loved ones
I will write you letters and please send me pictures of the little ones
But for now we have to fight for the freedom of Mzansi
Bathi inhliziyo yami ibuhlungu namhlanje
[Chorus : Caiphus Semenya]
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
[Verse 1: Zuluboy]
Sas’hleli ngaphansi komthuzi welanga sidlala umlabalaba
Mhla ngak’sasa ngizohamba
Ngathi noma ngik’shiya Nomalanga
Ngiyohlezi ngik’cabanga
Elokugcina lelanga sindawonye ngik hug(a) ngik’bamba
Ngiyazi ngiyahamba akusho kuthi ngiyoganga
Ngiyobhala mak’phel’ inyanga
Ngithomele nemali ingane zethu soze zalamba
Sobabili siyazi uhambo lwami amehlo emamba
Landele ulikhiph' ukhamba ngidakwe inyembezi zenkanyamba
Wakhala wangibamba ngamncenga wathamba
Bhabha k’sasa ngiyahamba ngiy’ eLusaka
Sweety Lavo k’mele ngiyolwela lomhlaba
I-Azania ak’siyeyethu nomasiy’banga
Solwel’ umhlamba wobaba sivike amabhubezi silale maweni wentaba
Fak’ igama lami emthandazweni maw’ thandaza
Nomalanga ngiyak’shiya ngiyahamba ngiyozabalaza
[Chorus: Caiphus Semenya]
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
[Verse 2: Zuluboy]
It was 1985 ngipheth’ igeja ngisehlathini
Ngicabanga uNomalanga ephamp’ i-stove se-paraffin
Siye e-Sophiatown epartyini sodantsela uMahlathini
Ngidlala amaphupho ngilele emhlabathini
Qamela estinini
Ngivuka amehlo agcwel’ inyembezi ngishay’ idenshini
Ngidons' igeja ngichecke i-terrain iqhubeka i-mission
Exile no fiction, incwadi ayisangeni umeth uziyiseposini
Izolo I had a vison yobuso bakho emva kwe spoon e-kitchen
Ngizoyilungisa indaba ka-Bexters injan’ imvula iyangena endlini?
Impendulo yami ngiy’thola nini?
Iyicwadi zami ayifik’ yini zonke zo-16?
Ngizobuya ngonyaka ozayo ungilinde estopini
NgoMhlaka 12 kuNhlolanja 1990 Mandela will be out of prison
Okwamanje ngisehlathini I’ll write you again Nomalanga awuthi ngiye fieldini
[Chorus: Caiphus Semenya]
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
[Interlude]
[Verse 3: Zuluboy]
Lafika lelo langa k’dala sililindile
Sek’phele iminyaka emihlanu sicrossile
S’nukana nale nkululeko esilwelile
Sgijima sgijimile sishay’ ijambo si crawl(a) sijambolile
Kodwa enalamhlanje angeke lishone ngingambonile
Sathi singen’ emzansi ngishay’ isdwedwe ngycuphile
Izinto azisafani nelokishi selishintshile
Kodwa nabo Spoti basase khoneni bablomile
Ngiphakamis’ isingili hoezit baf’wethu sengibuyile
Bakhala bekhalile ngopetrol okhuphukile
Bangitshela ukuthi umngani wami u-Poro ubodile
Ngathi ngifika endlini, ingani zam’ zonke seyikhulile
Bonke babethokozile ne-O’lady lijabulile
Langibuka emehlweni langibuza ukuthi ngihambe ngidlile
Langihlalisa phansi lang’buza ukuthi kukhona yini engik’zwile
Lang’tshela ukuthi u-Nomalanga uswelekile
[Chorus: Caiphus Semenya]
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo ( wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo ( wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Bathi inhliziyo yami ibuhlungu namhlanje
Nomalanga was written by Letta Mbulu & Caiphus Semenya & Zuluboy.