Intro/Verse
Nginomoya ophansi
Nginenhlonipho
Futh' angazithwele
Nginobubele
Angazi ngitheni kubani
Angazi ngone bani
Kazi ngenzeni kubani
Ingempela ngzondwelani
Chorus
Kodwa washo umama kimi
Wath' angake bangithande bonke angsiy' imali
Ngoba washo umama kimi
Wath' angeke bangithande bonke angsiy' imali
Bangizondela, Imi..
Imizamo yami
Bangizondela, Imi..
Imizamo yami
Verse
Kubhlungu noma ngibabingelela
Uzwa bethi ave sengizitshela
Ngizamile ukuzincengela
Anginamlingo wokushintsha izinhliziyo
Chorus
Kodwa washo umama kimi
Wath' angake bangithande bonke angsiy' imali
Ngoba washo umama kimi
Wath' angeke bangithande bonke angsiy' imali
Bangizondela, Imi..
Imizamo yami
Bangizondela, Imi..
Imizamo yami
Imizamo was written by Nana Atta.
Imizamo was produced by BlaQRhythm & Karyendasoul.
Karyendasoul & BlaQRhythm released Imizamo on Fri Nov 12 2021.